Tumgik
UNkulunkulu Wengamela Phezu Kwesiphetho Sesintu Sonke
Tumblr media
  Njengamalunga ohlanga lwesintu kanye namaKristu azinikele, kuwumthwalo nesibopho sethu sonke ukunikela imiqondo nemizimba yethu ukuze kugcwaliseke umsebenzi ophathiswe nguNkulunkulu ngoba ubuthina bonke bavela kuNkulunkulu, futhi bukhona ngenxa yobukhosi bukaNkulunkulu. Uma imiqondo nemizimba yethu ingeyona eyomsebenzi ophathiswe nguNkulunkulu kanye nendlela elungile yesintu, ngakho imiphefumulo yethu ngeke ifanele labo ababulawelwa umsebenzi abawuphathiswe nguNkulunkulu, ngeke ifanele uNkulunkulu nhlobo, osihlinzeke ngakho konke.
  UNkulunkulu wadala lo mhlaba, wadala isintu, futhi ngaphezu kwalokho, wayengumakhi wesiko lamaGriki lasendulo kanye nokuphucuka kwabantu. UNkulunkulu kuphela oduduza lesi sintu, futhi uNkulunkulu kuphela onakekela lesi sintu ubusuku nemini. Ukuthuthuka komuntu nokuqhubekela phambili kungehlukaniswe nobukhosi bukaNkulunkulu, futhi umlando nekusasa lesintu kungeke kwakhishwa ezinhlelweni zikaNkulunkulu. Uma ungumKristu ngokweqiniso, uzokholwa ukuthi ukuvuka nokuwa kwanoma iliphi izwe noma isizwe kwenzeka ngokuhlela kukaNkulunkulu. UNkulunkulu yedwa owazi isiphetho sezwe noma isizwe, futhi uNkulunkulu yedwa olawula inkambo yale sintu. Uma isintu sifisa ukuba nesiphetho esihle, uma izwe lifuna ukuba nesiphetho esihle, kufanele umuntu aguqe phansi adumise uNkulunkulu, aphenduke futhi avume phambi kukaNkulunkulu, ngaphandle kwalokho isiphetho nesiphetho somuntu ngokungenakugwemeka siyogcina ngenhlekelele.
  Bheka emuva esikhathini somkhumbi kaNowa: isintu sasonakele kakhulu, sasidukile esibusisweni sikaNkulunkulu, sasingasanakekelwe nguNkulunkulu, futhi sasesilahlekelwe izithembiso zikaNkulunkulu. Babephila ebumnyameni, ngaphandle kokukhanya kukaNkulunkulu. Ngakho baba nezinkanuko ngokwemvelo, bazilahlela ekonakaleni okusabekayo. Abantu abanjalo babengeke basakwazi ukwemukela isithembiso sikaNkulunkulu: babengafanele ukubona ubuso bukaNkulunkulu, noma ukuzwa izwi likaNkulunkulu, ngoba babemshiyile uNkulunkulu, babelahle kude konke ayekade ebaphe khona, futhi basebezikhohliwe izimfundiso zikaNkulunkulu. Inhliziyo yabo yedukela kude kakhulu noNkulunkulu, njengoba kwenzeka lokho, bonakala ngaphezulu kokucabanga nobuntu, futhi baphenduka baba babi kakhulu. Ngakho baya besondela ekufeni, bawela olakeni nokujezisa kukaNkulunkulu. UNowa kuphela owayekhonza uNkulunkulu futhi ebalekela ububi, ngakho wayekwazi ukuzwa izwi likaNkulunkulu, futhi ezwa nemiyalelo kaNkulunkulu. Wawakha umkhumbi ngokusho kwemiyalelo yezwi likaNkulunkulu, futhi waqoqa zonke izinhlobo ngezinhlobo zezidalwa. Ngale ndlela, kwathi uma yonke into seyilungiselelwe, uNkulunkulu wadedela imbubhiso Yakhe phezu komhlaba. UNowa kuphela kanye namalunga ayisikhombisa omndeni wakhe abasinda kuleyo mbubhiso, ngoba uNowa wayekhonza uJehova futhi ebalekela ububi.
  Bese ubheka inkathi yamanje: Abantu abalungile njengoNowa abakhonza uNkulunkulu babalekele ububi, abasekho ngisho ukuba khona. Kepha uNkulunkulu usenomusa esintwini futhi uyasisula icala isintu kule nkathi yokugcina. UNkulunkulu ufuna labo abalangazelela ukuthi aqhamuke. Ufuna labo abakwazi ukuzwa amazwi Akhe, labo abangakhohlwanga yilokho abaphathise khona futhi abanikela inhliziyo nomzimba wabo Kuye. Ufuna labo abalalela okwezingane phambi Kwakhe, futhi abangamelani Naye. Uma ungavinjwa ngamandla athile ekukhonzeni kwakho ngobuqotho uNkulunkulu, uNkulunkulu uzokwenzela umusa, futhi athele izibusiso Zakhe kuwe. Uma usesikhundleni esiphakeme, waziwa ngokuhlonishwa, unolwazi oluchichimayo, unempahla eningi, futhi wesekwe abantu abaningi, kepha zonke lezi zinto zingakuvimbi ukuthi uze phambi kukaNkulunkulu ukwemukela ubizo Lwakhe, nalokho akuphathisa khona, ukwenza lokho uNkulunkulu akucela ukuba ukwenze, konke oyokwenza kuyoba okubaluleke kakhulu emhlabeni futhi uyobe ungolunge kunabo bonke esintwini. Uma wala ubizo lukaNkulunkulu ngenxa yesikhundla kanye nemigomo yakho, konke ozokwenza kuyobe kuqalekisiwe futhi kuyokwenyanywa nguNkulunkulu. Mhlawumbe ungumongameli, noma usosayensi, umfundisi, noma ilunga kodwa noma ngabe siphakeme kangakanani isikhundla sakho, uma wethembele olwazini lwakho, nekhono kulokho okwenzayo, uyoba yisahluleki njalo, futhi uyohlala ungenazo izibusiso zikaNkulunkulu, ngoba uNkulunkulu akamukeli lutho olwenzayo, futhi akavumi ukuthi umsebenzi wakho ungolungileyo noma emukele ukuthi usebenzela ukusizakala kwesintu. Uzothi konke okwenzayo, ukusebenzisa ulwazi namandla esintu ukuphuca umuntu ukuvikelwa nguNkulunkulu, kanye nokuphika izibusiso zikaNkulunkulu. Uzothi uholela isintu ebumnyameni, ekufeni, futhi ekuqaleni kokuphila okungenamkhawulo lapho umuntu eselahlekelwe uNkulunkulu nesibusiso Sakhe.
  Kusukela lapho umuntu waqala ukuba namasayensi okuhlalisana kwabantu, umqondo womuntu wagcwala isayensi nolwazi. Isayensi nolwazi lwase luba amathuluzi okubusa isintu, futhi yayingasekho indawo eyanele yokuba umuntu akhonze uNkulunkulu, kanye nezimo ezikahle zokukhonzwa kukaNkulunkulu. Isikhundla sikaNkulunkulu sashona phansi kakhulu enhliziyweni yomuntu. Izwe enhliziyweni yomuntu elingenandawo kaNkulunkulu limnyama, alinalutho alinathemba. Ngakho kwavela ososayensi bezokuhlalisana kwabantu abaningi, ababhali bezemilando, kanye nosopolitiki ukuveza izichasiso ezicatshangiwe zesayensi yokuhlalisana kwabantu, umcabango ngenguquko yabantu, kanye nezinye izichasiso ezicatshangiwe eziphikisa iqiniso lokuthi uNkulunkulu wadala umuntu, ukugcwalisa inhliziyo nomqondo womuntu. Futhi ngale ndlela, labo abakholelwa ukuthi uNkulunkulu wadala yonke into baba mbalwa kakhulu, futhi labo abakholelwa emcabangweni ngenguquko baba baningi kakhulu. Abantu abaningi kakhulu bathatha imibhalo ngemisebenzi kaNkulunkulu kanye namazwi Akhe ngenkathi yeTestamente Elidala njengezinsomi nezinganekwane. Ezinhliziyweni zabo abantu baphenduka bangabinandaba nesithunzi nobukhulu bukaNkulunkulu, nemfundiso ethi uNkulunkulu ukhona futhi uyabusa phezu konke. Ukuphila kwesintu nesiphetho samazwe nezizwe akusabalulekile kubo. Umuntu uphila ezweni elingenalutho ezikhathaza kuphela ngokudla, ukuphuza nokushisekela intokozo.… Bambalwa abantu abazihluphayo ngokufuna ukwazi lapho uNkulunkulu enza khona umsebenzi Wakhe namhlanje, noma ukufuna ukuthi usengamela kanjani futhi usihlela kanjani isiphetho somuntu. Futhi ngale ndlela, impucuko yabantu ngokungazi igcina ingakwazi kakhulu ukufeza izifiso zabantu, futhi baningi abantu abezwa ukuthi njengoba bephila emhlabeni onjalo, ukujabula kwabo kuncane kunalokho kwabantu bangaphambilini. Nabantu bamazwe ayephucuke kakhulu imbala baveza izikhalo ezinjalo. Ngoba ngaphandle kokuqondisa kukaNkulunkulu, akukhathaleki ukuthi ababusi nezazi zokuhlalisana kwabantu bazikhathaza kangakanani ukugcina impucuko yabantu, kunhlanga zimuka nomoya. Akekho ongagcwalisa ubuze obusenhliziyweni yomuntu, ngoba akekho ongaba impilo yomuntu, futhi awukho umcabango wezokuhlalisana ongakhulula umuntu ebuzeni obumphethe. Isayensi, ulwazi, inkululeko, intando yeningi, ukungcebeleka, ukunethezeka, lokhu kuyikhefu lesikhashana. Naphezu kwalezi zinto, umuntu uyokona nakanjani futhi akhalele ukwenza okungalungile emphakathini. Lezi zinto ngeke zixoshe ukulangazelela okukhulu nesifiso somuntu sokucwaninga. Ngoba umuntu wenziwa nguNkulunkulu, futhi imihlatshelo engenangqondo kanye nokucwaninga komuntu kuholela kuphela ekuhluphekeni okukhulu. Umuntu uzophila esimweni sokwesaba okungapheli, ngeke azi ukuthi angalimela kanjani ikusasa lesintu, noma angabhekana kanjani nendlela engaphambili. Umuntu uzogcina esaba ngisho isayensi nolwazi, futhi asabe nakakhulu umuzwa wobuze ngaphakathi kuye. Kulo mhlaba, akukhathaleki ukuthi uphila ezweni elikhululekile noma ezweni elingenawo amalungelo esintu, awukwazi nhlobo ukuphunyuka isiphetho sesintu. Noma ngabe ungumbusi noma ungobuswayo, awukwazi nhlobo ukuphunyuka esifisweni sokuthi ucwaninge isimiso, izimfihlakalo kanye nesiphetho sesintu. Akusaphathwa ukuthi awukwazi ukuphunyuka emuzweni odidayo wobuze. Izenzakalo ezinje, ezijwayelekile esintwini sonke, zibizwa ngokuthi imisebenzi ephathelene nokuhlalisana kwabantu yizazi zesayensi yokuhlalisana kwabantu, kepha ayikho indoda eqotho engavela ukuxazulula lezi zinkinga. Umuntu, vele, ungumuntu. Indawo nempilo kaNkulunkulu ayinakuthathwa yinoma ngumuphi umuntu. Isintu asidingi nje kuphela umphakathi onobuqiniso lapho bonke abantu bondlekile futhi belingana futhi bekhululekile, kodwa insindiso kaNkulunkulu kanye nokuhlinzeka Kwakhe impilo kubo. Kulapho umuntu ethola insindiso kaNkulunkulu nokuhlinzeka Kwakhe ngempilo kubo lapho izidingo, ukulangazelela ukucwaninga, kanye nobuze bomoya womuntu kuyoxazululwa. Uma abantu bezwe noma besizwe bengakwazi ukwemukela insindiso kanye nokunakekela kukaNkulunkulu, lelo lizwe noma leso sizwe esinjalo siyohamba indlela eya encithakalweni, eya ebumnyameni, futhi siyobhujiswa nguNkulunkulu.
  Mhlawumbe izwe lakho liyaphumelela njengamanje, kodwa uma uvumela abantu ukuthi baphambuke kuNkulunkulu, izwe lakho liyozithola liya ngokuya lingenazo izibusiso zikaNkulunkulu. Impucuko yezwe lakho iyoya ngokuya inyathelwe phansi, kungekudala abantu bayovukela uNkulunkulu futhi baqalekise iZulu. Ngakho isiphetho sezwe siyokwehlelwa incithakalo kungahlosiwe. UNkulunkulu uzovusa amazwe anamandla ukubhekana nalawo mazwe aqalekiswe nguNkulunkulu, futhi angawasusa ebusweni bomhlaba. Ukuvuka nokuwa kwezwe kukhomba ukuthi ababusi balo bayamkhonza uNkulunkulu noma cha, futhi nokuthi bayabaholela yini abantu babo ukuba basondele kuNkulunkulu futhi bamkhonze. Nokho, kule sikhathi sokugcina, ngenxa yokuthi labo abafuna futhi abakhonza uNkulunkulu ngeqiniso baya ngokuya beba yingcosana, uNkulunkulu uzothela umusa okhethekile kulawo mazwe lapho ukholo olusemthethweni kuwubuKristu. Uwaqoqela ndawonye ukwenza inkambu yabalungile nokho emhlabeni, kuthi lawo mazwe angakholwa nhlobo noma lawo angakhonzi uNkulunkulu weqiniso azoba yizitha zenkambu elungile. Ngale ndlela, uNkulunkulu akanayo kuphela indawo phakathi kwesintu lapho ezokwenza khona umsebenzi Wakhe, kodwa uphinda azuze amazwe angaphatha ngegunya elifanele, ukuze alethe unswinyo nemikhawulo kulawo mazwe amelana noNkulunkulu. Kepha ngale kwalokhu, namanje ababaningi abantu abavelayo ukukhonza uNkulunkulu, ngoba umuntu useduke kakhulu Kuye, futhi uNkulunkulu usenesikhathi eside kakhulu engekho emicabangweni yomuntu. Kusele emhlabeni amazwe enza ukulunga futhi amelane nobubi kuphela. Kodwa lokhu kukude nezifiso zikaNkulunkulu, ngoba abekho ababusi bezwe abangavumela uNkulunkulu ukuthi abuse phezu kwabantu babo, futhi ayikho inhlangano yezepolitiki engaqoqa abantu bayo ndawonye ukukhonza uNkulunkulu; uNkulunkulu uselahlekelwe yindawo Yakhe efanele enhliziyweni yezwe, yesizwe, yeqembu elibusayo, kanye ngisho nasenhliziyweni yawonke umuntu. Nakuba amandla alungileyo ekhona emhlabeni, ukubusa lapho uNkulunkulu engenandawo enhliziyweni yomuntu kuntekenteke. Ngaphandle kwesibusiso sikaNkulunkulu, umkhakha wezepolitiki uyoba yinhlakanhlaka futhi ube sengozini yokuhlaselwa. Esintwini, ukuhlala ngaphandle kwesibusiso sikaNkulunkulu kufana nokungabi nokukhanya kwelanga. Akukhathaleki ukuthi ababusi banikela ngokukhuthala okungakanani kubantu babo, akusho lutho ukuthi mingaki imihlangano elungile isintu esizenzayo ndawonye, akukho kulokhu okuyolungisa izinto, noma kuguqule isiphetho sesintu. Umuntu ucabanga ukuthi izwe lapho abantu bondlekile futhi begqokile, lapho abantu bephila khona ngokuthula, yizwe elihle, futhi elinabaholi abalungile. Kepha uNkulunkulu akacabangi kanjalo. Ukholwa ukuthi izwe lapho kungekho muntu omkhonzayo Yena yilelo azolibhubhisa. Indlela yomuntu yokucabanga iphikisana kakhulu nekaNkulunkulu. Uma inhloko yezwe ingamkhonzi uNkulunkulu, isiphetho salelo zwe kuyoba ngesinosizi, futhi izwe ngeke libe nampokophelo.
  UNkulunkulu akangeni kwezepolitiki yabantu, kepha isiphetho sezwe noma isizwe silawulwa nguNkulunkulu. UNkulunkulu ulawula lomhlaba kanye nomhlaba wonke jikelele. Isiphetho somuntu kanye nohlelo lukaNkulunkulu kuxhumene ngokusondelelene, futhi akekho umuntu, izwe noma isizwe esikhishelwe ngaphandle ebukhosini bukaNkulunkulu. Uma umuntu efisa ukwazi isiphetho sakhe, kufanele eze phambi kukaNkulunkulu. UNkulunkulu uzokwenza labo abamlandelayo nabamkhonzayo ukuthi baphumelele, futhi uzoletha ukuncipha nobhubhiso kulabo abamelana Naye nabamalayo.
  Khumbula isiqephu eBhayibhelini lapho uNkulunkulu eletha imbubhiso eSodoma, futhi ucabange futhi ukuthi unkosikazi kaLoti waphenduka kanjani isiduli kasawoti. Cabanga emuva ukuthi abantu baseNineva baphenduka kanjani ezonweni zabo bembethe ingubo yamasaka nomlotha, futhi ukhumbule okwalandela emuva kokuthi amaJuda abethela uJesu esiphambanweni eminyakeni eyizi-2,000 eyedlule. AmaJuda axoshwa kwaIsrayeli futhi abalekela emazweni kuwo wonke umhlaba. Amaningi abulawa, futhi isizwe samaJuda sisonkana sabhekana nencithakalo engakaze ibonwe. Babebethele uNkulunkulu esiphambanweni - babenze icala elihlasimulisayo - futhi bachukuluza isimo sikaNkulunkulu. Benziwa ukuthi bakhokhe ngalokho abakwenza, kwafanele bathweswe imiphumela yezenzo zabo. Balahla ngecala uNkulunkulu, bala uNkulunkulu, ngakho baba nesiphetho esisodwa nje: ukujeziswa nguNkulunkulu. Lowo ngumphumela onomunyu ababusi babo abawuletha phezu kwezwe nesizwe sabo.
  Namuhla, uNkulunkulu usebuyele emhlabeni ukwenza umsebenzi Wakhe. Isinyathelo Sakhe sokuqala ngababusi abangaphikiswa: iShayina, inqaba eqinile yokungakholelwa kuNkulunkulu. UNkulunkulu usezuze iqembu labantu ngokuhlakanipha namandla Akhe. Ngalesi sikhathi, uyazingelwa yiqembu lababusi eShayina ngayo yonke indlela futhi ufakwa ekuhluphekeni okukhulu, engenandawo yokuphumuza ikhanda Lakhe futhi engakwazi ukuthola isiphephelo. Naphezu kwalokhu, uNkulunkulu usaqhubeka nomsebenzi ahlose ukuwenza: uyakhuluma futhi asakaze ivangeli. Akekho ongaqonda ukuba nguSomandla kukaNkulunkulu. EShayina, izwe elibuka uNkulunkulu njengesitha, uNkulunkulu akakaze ayeke umsebenzi Wakhe. Kunalokho, baningi kakhulu abantu abemukele umsebenzi nezwi Lakhe, ngoba uNkulunkulu wenza konke angakwenza ukusindisa ilunga lesintu ngalinye ngalinye. Sithemba ukuthi alikho izwe noma isizwe esizomelana nalokho uNkulunkulu afisa ukukufeza. Labo abavimba umsebenzi kaNkulunkulu, abamelana nezwi likaNkulunkulu, abaphazamisa futhi balimaze uhlelo lukaNkulunkulu, bayojeziswa nguNkulunkulu ekugcineni. Lowo oweyisa umsebenzi kaNkulunkulu uyothunyelwa esihogweni; noma iliphi ilizwe eleyisa umsebenzi kaNkulunkulu liyobhujiswa; noma isiphi isizwe esivukayo ukumelana nomsebenzi kaNkulunkulu siyoshabalaliswa emhlabeni, futhi singabe sisaba khona. Ngiyagqugquzela abantu bazo zonke izizwe, amazwe, ngisho nezimboni ukuthi nilalele izwi likaNkulunkulu, nibone umsebenzi kaNkulunkulu, ninake isiphetho sesintu, ngaleyo ndlela nenze uNkulunkulu abe ongcwele kakhulu, ohlonishwa kakhulu, ophakeme kakhulu nokunguyena kuphela ofanele ukukhonzwa phakathi kwesintu, futhi nivumele isintu sisonkana ukuthi siphile ngaphansi kwesibusiso sikaNkulunkulu, njengoba inzalo ka-Abrahama yabe iphila ngaphansi kwesithembiso sikaJehova, futhi njengoba u-Adamu no-Eva ababenziwe uNkulunkulu ekuqaleni, babephila eNsimini yase-Edeni.
  Umsebenzi kaNkulunkulu ufana namagagasi agubha kakhulu. Akekho ongamvalela, futhi akekho ongamisa izinyathelo Zakhe. Yilabo kuphela abalalela amazwi Akhe ngokucophelela futhi abafuna baphinde bomele Yena, abalandela ezinyathelweni Zakhe futhi bazuze isithembiso Sakhe. Labo abangakwenzi bayobhekana nenhlekelele enamandla kakhulu kanye nesijeziso esifanele.
Umthombo: IBandla LikaNkulunkulu USomandla
0 notes
South African Christian Songs News 2018 “UNkulunkulu kuphela onendlela yokuphila”
youtube
Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu “UNkulunkulu kuphela onendlela yokuphila” I Akuyena wonke umuntu onendlela yokuphila; Akuyona into noma ubani angayithola kalula. Ngokuba ukuphila kuvela kuNkulunkulu kuphela, UNkulunkulu kuphela onomongo wokuphila, UNkulunkulu kuphela onendlela yokuphila. Ngakho-ke uNkulunkulu kuphela ongumthombo wokuphila, nomthombo ogeleza njalo wamanzi okuphila empilo. Kusukela kudalwa umhlaba uNkulunkulu usenze umsebenzi omkhulu ohlanganisa amandla okuphila aletha ukuphila kumuntu; Ukhokhele umuntu inani eliphezulu ukuze azuze ukuphila. Ngokuba uNkulunkulu uqobo Lwakhe ungukuphila okuphakade; Uyindlela yokuthi umuntu athole ukuvuswa.
II UNkulunkulu akakaze angabi khona enhliziyweni yomuntu, Uhlale ephila phakathi komuntu. Uyena ongamandla aqhuba ukuphila kwabo, nesisekelo sobukhona babo; Uyisibambiso esicebile umuntu angaphila ngaso. Wenza ukuba umuntu azalwe kabusha, enze ukuba baphile ngamandla ezindimeni zabo ezahlukene. UNkulunkulu kuphela onomongo wokuphila, UNkulunkulu kuphela onendlela yokuphila. Ngakho-ke uNkulunkulu kuphela ongumthombo wokuphila, nomthombo ogeleza njalo wamanzi okuphila empilo. Ngenxa yamandla Akhe namandla okuphila angahluleki, umuntu uphilile ezizukulwaneni nezizukulwane. Amandla okuphila kukaNkulunkulu alekelela umuntu ngokuphikelela; UNkulunkulu ukhokhe inani elingakaze likhokhwe muntu ophilayo. III Amandla empilo kaNkulunkulu ayachuma phezu kwawo wonke amandla; futhi adlula wonke amandla. Impilo Yakhe ingunaphakade, amandla Akhe awavamile. Asikho isidalwa noma isitha esinganqoba amandla Akhe, okukhona  futhi  okukhanya ukukhanya okugqamile nganoma isiphi isikhathi noma iyiphi indawo, nganoma isiphi isikhathi noma iyiphi indawo. UNkulunkulu kuphela onomongo wokuphila, UNkulunkulu kuphela onendlela yokuphila. Ngakho-ke uNkulunkulu kuphela ongumthombo wokuphila, nomthombo ogeleza njalo wamanzi okuphila empilo. Izulu, umhlaba kungaguquka kakhulu, impilo kaNkulunkulu yona ngeke; Zonke izinto azisekho, kodwa impilo kaNkulunkulu ilokhu ikhona, UNkulunkulu ungumsuka nempande yobukhona bazo zonke izinto, ngokuba uNkulunkulu uqobo Lwakhe ungukuphila okuphakade. IV Ukuphila komuntu kuvela kuNkulunkulu, izulu likhona ngenxa kaNkulunkulu, nomhlaba ukhona ngenxa yamandla empilo kaNkulunkulu. Ayikho into equkethe amandla engadlula ubukhosi bukaNkulunkul, futhi ayikho into enobungqabavu engaphunyuka ebubanzini begunya likaNkulunkulu. UNkulunkulu kuphela onomongo wokuphila, UNkulunkulu kuphela onendlela yokuphila. Ngakho-ke uNkulunkulu kuphela ongumthombo wokuphila, nomthombo ogeleza njalo wamanzi okuphila empilo. Ngale ndlela, kungakhathaleki ukuthi si ngobani, isintu sonke asithobe, asithobe ngaphansi kokubusa kukaNkulunkulu, siphile ngaphansi komyalo Wakhe. Akekho ongaphunyuka, akekho ongaphunyuka, ongaphunyuka ekulawuleni Kwakhe. Umthombo Izwi Livela Lisenyameni
Unyazi LwaseMpumalanga, iBandla likaNkulunkulu uSomandla lasungulwa ngenxa yokuvela nomsebenzi kaNkulunkulu uSomandla, ukubuya kwesibili kweNkosi uJesu, uKristu wezinsuku zokugcina. Lakhiwe yibo bonke labo abawamukelayo umsebenzi kaNkulunkulu uSomandlaezinsukwini zokugcina futhi banqotshwa basindiswa ngamazwi Akhe. Lasungulwa ngokuphelele nguNkulunkulu uSomandla ngokwakhe futhi liholwa Nguye njengoMalusi. Nakanjani, alisungulwanga umuntu. UKristu uyiqiniso, indlela, nokuphila.Izimvu zikaNkulunkulu ziyalizwa iphimbo likaNkulunkulu. Uma nje uhlala ufunda amazwi kaNkulunkulu uSomandla, uzobona ukuba uNkulunkulu usevelile.
0 notes
New Gospel Songs 2018 South Africa “Umsebenzi Wenyama NoMoya Kungokwengqikithi Efanayo”
youtube
“Umsebenzi Wenyama NoMoya Kungokwengqikithi Efanayo” Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu I UMoya kaNkulunkulu uphethe igunya phezu kwayo yonke into. Inyama Yakhe nengqikithi Yakhe, amandla kusafana. UNkulunkulu osenyameni usengenza imisebenzi Yakhe eminingi okufanele ayenze. Wenza nje intando kaYise. Futhi uNkulunkuku unguMoya, angasindisa sonke isintu, futhi angenza njalo noNkulunkulu osenyameni. UNkulunkulu wenza umsebenzi Wakhe.
II Kuyinto engafanele neze iphushwe noma ifezwe yinoma yimuphi umuntu. UNkulunkulu ukhona, uyigunya, kodwa inyama Yakhe ingalithobela. Lokhu kuyincazelo yangempela yokuthi “uKristu ulalela intando kaBaba.” Futhi uNkulunkuku unguMoya, angasindisa sonke isintu, futhi angenza njalo noNkulunkulu osenyameni. UNkulunkulu wenza umsebenzi Wakhe. III UNkulunkulu ngeke awuphazamise umsebenzi Wakhe, noma aphikisane nawo. Umsebenzi kaMoya nowenyama iyefana. Igcwalisa intando efanayo nomsebenzi ofanayo. Phezu kwezici ezehlukene, izingqikithi zayo ziyefana. Kokubili kunengqikithi nomfanekiso kaNkulunkulu. Futhi uNkulunkuku unguMoya, angasindisa sonke isintu, futhi angenza njalo noNkulunkulu osenyameni. UNkulunkulu wenza umsebenzi Wakhe. Futhi uNkulunkuku unguMoya, angasindisa sonke isintu, futhi angenza njalo noNkulunkulu osenyameni. UNkulunkulu wenza umsebenzi Wakhe.
Kwethi Izwi Livela Lisenyameni
Wonderful Recommendation: UNkulunkulu Osesimweni Somuntu Usebenza Ngokuthula Ukusindisa Umuntu
Isitatimende esikhethekile: Ukukhiqizwa kwalevidiyo kwenziwe njengesiqephuesingangenisi nzuzo seBandla likaNkulunkulu uSomandla. Le vidiyo akumele isakazelwe inzuzo konoma iyiphi inhlangano yesithathu futhi siyathemba ukuthi wonke umuntu uzokwabela abanye ayisakaze ngokuvulelekile. Uma uyisakaza, sicela udalule umthombo wayo. Ngaphandle kwemvume yeBandla likaNkulunkulu uSomandla, akukho nhlangano, namaqembu omphakathi noma umuntu ongalimaza noma ashitshe okuqukethwe kule vidiyo.
0 notes
South Africa Worship Songs “UNkulunkulu Osesimweni Somuntu Usebenza Ngokuthula Ukusindisa Umuntu”
youtube
South Africa Worship Songs “UNkulunkulu Osesimweni Somuntu Usebenza Ngokuthula Ukusindisa Umuntu” I UNkulunkulu waba yinyama, wahlala efihlekile phakathi kwabantu ukuze enze umsebenzi omusha, asisindise enkohlakalweni. Ugodla incasiselo. Ngezinhlelo azenzile, wenza umsebenzi Wakhe isinyathelo ngesinyathelo. Amazwi Akhe ayakhula usuku ngosuku, eduduza, ekhumbuza, esola futhi exwayisa. Kusuka kokuthambile nokunomusa kuya kokunolaka nobukhosi, amazwi Akhe afaka uzwelo novalo. Konke akushoyo kwembula izimfihlo zethu ezijulile. Amazwi Akhe akwazi ukusihlaba futhi sizizwa sihlazekile. Kunokunikwa okungenamkhawulo kwamanzi Akhe okuphila. Futhi ngenxa Yakhe, siphila noNkulunkulu ubuso nobuso. UNkulunkulu waba yinyama, wahlala efihlekile phakathi kwabantu ukuze enze umsebenzi omusha, asisindise enkohlakalweni. Ugodla incasiselo. Ngezinhlelo azenzile, wenza umsebenzi Wakhe isinyathelo ngesinyathelo.
II Amazwi Akhe anamandla okuphila, futhi akhombisa indlela yokuhamba, asenze sazi ukuthi liyini iqiniso. Sidonswa yizwi Lakhe, silalela iphimbo nezwi lenhliziyo lalo muntu onganakekile. Wenza wonke umzamo futhi achithe igazi lenhliziyo Yakhe. Kungenxa yethu ebubula futhi ekhala ngobuhlungu, ebekezelela ihlazo ngenxa yesimiselo nokusindiswa kwethu. Inhliziyo Yakhe iyopha futhi iyakhala ngenxa yokuhlubuka kwethu. Akekho ongathola ubunjena kanye nanakho. Akekho ongafika ekubekezeleni Kwakhe. Akukho sidalwa esingake sibe nothando nesineke anaso. UNkulunkulu waba yinyama, wahlala efihlekile phakathi kwabantu ukuze enze umsebenzi omusha, asisindise enkohlakalweni. Ugodla incasiselo. Ngezinhlelo azenzile, wenza umsebenzi Wakhe, wenza umsebenzi Wakhe. Yebo, wenza umsebenzi Wakhe isinyathelo ngesinyathelo.
Kwethi Izwi Livela Lisenyameni
Wonderful Recommendation: IBandla LikaNkulunkulu USomandla
0 notes
2018 South Africa Best Gospel Music Video “Uthando Lwangempela LukaNkulunkulu”
youtube
Uthando Lwangempela LukaNkulunkulu
Namuhla ngiphinda ngiza phambi kukaNkulunkulu, ngibona ubuso Bakhe obuthandekayo. Namuhla ngiphinda ngiza phambi kukaNkulunkulu, sengishiye imuva lami lokuzula ngemuva. Namuhla ngiphinda ngiza phambi kukaNkulunkulu, ukuthokozela izwi Lakhe kungigcwalisa ngenjabulo. Namuhla ngiphinda ngiza phambi kukaNkulunkulu, inhliziyo yami inokuningi engakusho. Ngamazwi Akhe athambile anginiselayo futhi angondlayo ukuze ngikhule. Ngamazwi Akhe aqinile angikhuthaza ukuba ngiphinde ngime. Oh Nkulunkulu! Singakudumisa ngoba usiphakamisile! Singakuhlabelelela namuhla konke ngenxa yesibusiso nomusa Wakho.
Oh Nkulunkulu, ngempela usithanda kangaka! Usenza sijabulele amazwi Akho nsuku zonke! Oh Nkulunkulu, ngempela usithanda kangaka! Usikhanyisela nsuku zonke! Oh Nkulunkulu, ngempela usithanda kangaka! Unisela futhi wondle abantu Bakho. Usihola usisuse ethonyeni likaSathane. Bafowethu nodadewethu! Sheshani nivuke! Asidumise uNkulunkulu wethu! Asiyazise indlela asiqoqele ngayo lapha namuhla. Sikhululeke kuyo yonke imithwalo yenyama! Sidumise uNkulunkulu uSomandla ngokuzinikela! Sigcwalise umsebenzi wethu ngayo yonke inhliziyo namandla ethu, sikhombise uthando lwethu kuNkulunkulu ngezenzo. Siyokuthanda kuze kube phakade, Nkulunkulu wangempela onamandla onke!
kwethi Landelani Iwundlu Nihlabelele Izihlabelelo Ezintsha
Unyazi LwaseMpumalanga, iBandla likaNkulunkulu uSomandla lasungulwa ngenxa yokuvela nomsebenzi kaNkulunkulu uSomandla, ukubuya kwesibili kweNkosi uJesu, uKristu wezinsuku zokugcina. Lakhiwe yibo bonke labo abawamukelayo umsebenzi kaNkulunkulu uSomandlaezinsukwini zokugcina futhi banqotshwa basindiswa ngamazwi Akhe. Lasungulwa ngokuphelele nguNkulunkulu uSomandla ngokwakhe futhi liholwa Nguye njengoMalusi. Nakanjani, alisungulwanga umuntu. UKristu uyiqiniso, indlela, nokuphila.Izimvu zikaNkulunkulu ziyalizwa iphimbo likaNkulunkulu. Uma nje uhlala ufunda amazwi kaNkulunkulu uSomandla, uzobona ukuba uNkulunkulu usevelile.
Isitatimende esikhethekile: Ukukhiqizwa kwalevidiyo kwenziwe njengesiqephu esingangesi nzuzo seBandla likaNkulunkulu uSomandla. Abalingisi abavela kulomukhiqizo basebenza ngaphansi kohlelo lokungenisa inzuzo, kanti futhi abakhokhelwanga noma ingayiphi indlela. Le vidiyo akumele isakazelwe inzuzo kunoma iyiphi inhlangano yyesithathu, futhi siyathemba ukuthi wonke umuntu uzokwabela abanye ayisakaze ngokuvulelekile. Uma uyisakaza, sicela udalule umthombo wayo. Ngaphandle kwemvume yeBandla likaNkulunkulu uSomandla, akukho nhlangano, namaqembu omphakathi  noma umuntu ongalimaza noma ashitshe okuqukethwe kule vidiyo.
0 notes
South Africa Latest Gospel Music 2018 “Lapho Uvulela UNkulunkulu Inhliziyo Yakho”
youtube
South Africa Latest Gospel Music 2018 “Lapho Uvulela UNkulunkulu Inhliziyo Yakho” Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu I Lapho ungamqondi uNkulunkulu futhi ungayazi imvelo Yakhe, izinhliziyo zenu azisoze zavuleka ngokweqiniso, zivulekela uNkulunkulu. Lapho usumqonda uNkulunkulu wakho, uzokuqonda okusenhliziyweni Yakhe, bese ujabulela okukuye ngakho konke ukukholwa nokunaka kwakho. Lapho ujabulela okusenhliziyweni kaNkulunkulu, kancane kancane, usuku nosuku, lapho ujabulela okusenhliziyweni kaNkulunkulu, inhliziyo yakho izovulekela Yena.
II Lapho inhliziyo yakho ivuleka ngokweqiniso, lapho inhliziyo yakho ivuleka ngokweqiniso, uzobona ukwedelela, uzobona ihlazo lezicelo zakho ezinkulukazi nezobugovu. Lapho inhliziyo yakho ivuleka ngokweqiniso, lapho inhliziyo yakho ivuleka ngokweqiniso, uzobona umhlaba ongenamkhawulo wenhliziyo kaNkulunkulu, futhi ube sendaweeni yezimanga okungakaze kuxoxwe ngazo. Kule ndawo akukho ukuwaka, ayikho inkohliso, futhi abukho ububi. Kuphela kunobuqotho nokwethembeka; ukulunga nomusa kuphela. III Uwuthando, uyanakekela, unozwelo olunganqamukiyo. Empilweni yakho, kuzwakala intokozo, lapho uvulela uNkulunkulu inhliziyo yakho. Ukuhlakanipha namandla Akhe kugcwalisa umhlaba ongenasiphetho, kanjalo negunya nothando Lwakhe. Ungakwazi ukubona lokho uNkulunkulu anakho nayikho, okujabulisa Yena, okukhathaza Yena, okudabukisa nokucasula Yena, kukhona ukuze kubonwe abantu bonke, lapho uvulela uNkulunkulu inhliziyo Yakho, umeme Yena angene.
Kwethi Izwi Livela Lisenyameni
Funa:IBandla LikaNkulunkulu USomandla
Wonderful Recommendation: Unyazi Lwasempumalanga
0 notes
Gospel Choir "Isizwe Nesizwe Sikhonza UNkulunkulu Ongokoqobo" | Welcome the Return of the Savior
youtube
Ngobusuku obabugcwele izinkanyezi esibhakabhakeni, obungenamsindo nobunokuthula, iqembu lamaKristu lilinde ngobuqotho ukubuya koMsindisi licula futhi lidansela umculo omnandi. Lapho bezwa izindaba ezijabulisayo “UNkulunkulu usebuyile” nezithi “UNkulunkulu usekhulume amazwi amasha” bayamangala futhi bayajabula. Bayacabanga: “UNkulunkulu usebuyile? Usevelile?” Ngokulangazelela nangokungaqiniseki, omunye emva komunye, baqala uhambo lokufuna amazwi amasha kaNkulunkulu. Ekufuneni kwabo okukhandlayo, abanye abantu baba nemibuzo ekubeni abanye bamukela kalula. Abanye abantu bayabuka bangasho lutho, ekubeni abanye babeka imibono bese befuna izimpendulo eBhayibhelini———bayabuka kodwa ekugcineni akutheli zithelo…. Lapho sebeqala bephelelwa khona amandla, ufakazi ubalethela ikhophi yeBhayibheli yeNkathi Yombuso, bese bedonsekela emazwini encwadi. Uhlobo luni lwencwadi kanti lolu? Sebewatholile amazwi amasha akhulunywe uNkulunkulu kuleyo ncwadi? Sebekwamukele ukuvela kukaNkulunkulu?
Isizwe Nesizwe Sikhonza UNkulunkulu Ongokoqobo
I Ngale sikhathi, uNkulunkulu ufika ukuzokwenza umsebenzi hhayi esemzimbeni kamoya kodwa esemzimbeni ojwayelekile. Akuve nje kuphela kuwumzimba kaNkulunkulu wesiwombe sesibili sokuthatha Kwakhe umzimba womuntu, kodwa umzimba uNkulunkulu abuya ekuwo. Kuyinyama ejwayelekile kakhulu. Kuye, awuboni into ehlukile kunabanye, kodwa ungathola Kuye amaqiniso ongakaze uwezwe ngaphambilini. Le nyama engabalulekile iwukuhlanganiswa kwawo wonke amazwi eqiniso avela kuNkulunkulu, lokho okwenza umsebenzi kaNkulunkulu ezinsukwini zokugcina, kanye nokuvezwa kwaso sonke isimo sikaNkulunkulu ukuze umuntu agcine esazi. Awuzange ube nesifiso esikhulu sokubona uNkulunkulu ezuluwini? Awuzange ube nesifiso esikhulu ukuqonda uNkulunkulu ezuluwini? Awuzange ufise kakhulu ukubona isiphetho sesintu? Uzokutshela zonke lezi zimfihlo ezingakaze zidalulwe, futhi uzokutshela namaqiniso ongawaqondi. Uyisango lokungena embusweni, nomqondisi wakho ukungena enkathini entsha.
II Umzimba ojwayelekile kanjalo uqukethe izimanga ezingenakwaziwa. Imisebenzi Yakhe ingabonakala ingaqondakali kuwe, kodwa umgomo wawo wonke umsebenzi Awenzayo, wenele ukuthi ubone ukuthi akayona nje inyama njengoba umuntu ekholelwa. Ngoba umele intando kaNkulunkulu kanye nokunakekela okwakhonjiswa uNkulunkulu mayelana nesintu ezinsukwini zokugcina. Ngoba umele intando kaNkulunkulu kanye nokunakekela okwakhonjiswa uNkulunkulu mayelana nesintu ezinsukwini zokugcina. Nakuba ungawezwa amazwi Awakhulumayo okungathi ashukumisa amazulu nomhlaba noma ubone amehlo Akhe njengamalangabi alangukayo, futhi nakuba ungakuzwa ukuqondisa kwentonga yensimbi Yakhe, ungezwa emazwini Akhe isankahlu sikaNkulunkulu. futhi wazi ukuthi uNkulunkulu Ukhombisa ububele esintwini; ungasibona isimo esilungile sikaNkulunkulu futhi ngaphezu kwalokho, ubone ukukhathazeka nokunakekela uNkulunkulu anakho ngesintu…...
Funa: IBandla likaNkulunkulu uSomandla
0 notes
South Africa Latest Gospel Praise & Worship 2018 “UnguNkulunkulu Wethu” (English Dubbed)
youtube
South Africa Latest Gospel Praise & Worship 2018 “UnguNkulunkulu Wethu” Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu I Akekho ngaphandle Kwakhe owazi esikucabangayo. Akekho omunye owazi ingqikithi nemvelo yethu njengentende yesandla sakhe.Akekho omunye owazi ingqikithi nemvelo yethu njengentende yesandla sakhe. Akekho omunye ongahlulela ukuhlubuka komuntu noma izindlela zakhe ezonakele.Akekho omunye ongahlulela ukuhlubuka komuntu noma izindlela zakhe ezonakele. Akekho ongakhuluma nathi noma asebenze kithi kanje egameni likaNkulunkulu osezulwini.Akekho ongakhuluma nathi noma asebenze kithi kanje egameni likaNkulunkulu osezulwini. Akekho ngaphandle Kwakhe ongaba nokuhlakanipha negunya likaNkulunkulu.Akekho ngaphandle Kwakhe ongaba nokuhlakanipha negunya likaNkulunkulu. Akekho ngaphandle Kwakhe ongaba nesithunzi sikaNkulunkulu.Akekho ngaphandle Kwakhe ongaba nesithunzi sikaNkulunkulu. Isimo sikaNkulunkulu nalokho anakho nayikho kuvezwa ngokugcwele emzimbeni Wakhe ngokuphelela kwakho.kuvezwa ngokugcwele emzimbeni Wakhe ngokuphelela kwakho. Akukho muntu ngaphandle Kwakhe ongaletha ukukhanya kithina.Akukho muntu ngaphandle Kwakhe ongaletha ukukhanya kithina. Akukho muntu ngaphandle Kwakhe ongakhomba indlela elungile.Akukho muntu ngaphandle Kwakhe ongakhomba indlela elungile. Akekho ngaphandle Kwakhe ongembula izimfihlakalo uNkulunkulu angakaze, uNkulunkulu angakaze aziveze kusuka esikhathini sokudala kuze kube namuhla.uNkulunkulu angakaze aziveze kusuka esikhathini sokudala kuze kube namuhla. Akekho ngaphandle Kwakhe ongasisindisa ekuboshweni nguSathaneAkekho ngaphandle Kwakhe ongasisindisa ekuboshweni nguSathane kanye nasekonakaleni, kwesimo sethu. Akekho ngaphandle Kwakhe ongasisindisa, asisindise ekuboshweni uSathane, nasesimweni esonakele, isimo sethu.
II Kusuka kuleso sikhathi kuqhubeka, imiqondo yethu iyezwa, imimoya yethu nayo ibonakala ivuselelwe: Lo muntu ojwayelekile, lo muntu omncane, ophila phakathi kwethu futhi owaliwe yithi isikhathi eside kangaka—ungubani nje?ophila phakathi kwethu futhi owaliwe yithi isikhathi eside kangaka—ungubani nje? Akayena lowo esimlangazelele imini nobusuku, Lowo okade alindelwa: iNkosi uJesu Kristu? Nguye! Nguye ngempela! UnguNkulunkulu wethu impela! Impela uyiqiniso, indlela, ukuphila! Nguye! Nguye ngempela! UnguNkulunkulu wethu impela! Impela uyiqiniso, indlela, ukuphila! Impela iqiniso, indlela, ukuphila!Impela uyiqiniso, indlela, ukuphila! Impela iqiniso, indlela, ukuphila! Akayena lowo esimlangazelele imini nobusuku, Lowo okade alindelwa: iNkosi uJesu Kristu? Impela uyiqiniso, indlela, ukuphila! Impela uyiqiniso, indlela, ukuphila!Impela uyiqiniso, indlela, ukuphila! Impela uyiqiniso, indlela, ukuphila! Impela uyiqiniso, indlela, ukuphila! Nguye! Nguye ngempela! UnguNkulunkulu wethu impela! Impela uyiqiniso, indlela, ukuphila! Impela uyiqiniso, indlela, ukuphila!
kwethi Izwi Livela Lisenyameni
Bukela Amavidiyo: Unyazi Lwasempumalanga
0 notes
Best South Africa Gospel Songs Praise Worship 2018 “UMdali Kuphela Onesihawu Ngalesi sintu”
youtube
Best South Africa Gospel Songs Praise Worship 2018 “UMdali Kuphela Onesihawu Ngalesi sintu” Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu
uMdali uphakathi kwabantu ngazo zonke izikhathi, uhlala exoxa nomuntu kanye nendalo iyonkana futhi wenza izenzo ezintsha zonke izinsuku. Ingqikithi nesimo Sakhe kuvezwa engxoxweni Yakhe nomuntu; imicabango nemiqondo Yakhe ivezwa ngokuphelele ezenzweni Zakhe; uphelekezela futhi abuke isintu ngazo zonke izikhathi. Ukhuluma ngokuthula nesintu nayo yonke indalo ngamazwi Akhe athulile: Ngisemazulwini, futhi ngiphakathi kwendalo Yami. Ngiqaphile; ngilindile; ngisohlangothini lwakho….
I UMdali kuphela onesihawu ngesintu. UMdali kuphela okhombisa isintu ububele nothando. UMdali kuphela onothando lwangempela olungenakuphela ngalesi sintu. Ngokunjalo, uMdali kuphela onganika isintu isihe futhi azise yonke indalo Yakhe. Inhliziyo Yakhe iyagxuma futhi iqaqambe ngazo zonke izenzo zomuntu: Uyathukuthela, ahlupheke futhi adabuke ngenxa yobubi nenkohlakalo yomuntu; uyajabula, aname, athethelele futhi athokoze ngenxa yokuphenduka nokukholwa komuntu; yonke imicabango nemiqondo Yakhe ikhona ngenxa futhi iphathelene nesintu; lokho Ayikho nalokho anakho konke kubonakaliselwa isintu ; imizwelo Yakhe isiyonke ithandelene nokuba khona kwesintu. II Ngenxa yesintu, uyahamba, abe phansi phezulu; unikela konke ukuphila Kwakhe buthule; unikela yonke imizuzu nemizuzwana yempilo Yakhe…. Akakaze akwazi ukuhawukelaa impilo Yakhe, kepha kade ayenesihawu futhi azisa isintu asidala Yena Uqobo Lwakhe…. Unika konke anakho kulesi sintu…. Unika isihe nokubekezelela ngokungenamibandela futhi ngaphandle kokulindela inkokhelo. Ukwenza lokhu kuphela ukuze isintu siqhubeke siphile phambi kwamehlo Akhe, samukela ukuhlinzeka Kwakhe kokuphila; ukwenza lokhu kuphela ukuze isintu ngelinye ilanga sizithobe phambi Kwakhe futhi sibone ukuthi Nguye owondla ubukhona bomuntu futhi anike impilo yayo yonke indalo. UMdali kuphela onesihawu ngalesi sintu. UMdali kuphela okhombisa lesi sintu ububele nothando. UMdali kuphela onothando lwangempela olungenakuphela ngalesi sintu. onothando lwangempela olungenakuphela ngalesi sintu.
kwethi Izwi Livela Lisenyameni
Funa: IBandla likaNkulunkulu uSomandla
Wonderful Recommendation: Ingqikithi KaKristu Inqunywa Ngumsebenzi Namazwi Akhe
0 notes
Faith, Hope, Love | "Indaba kaXiaozhen" | Zulu Musical Drama
youtube
UXiaozhen wayehlanzekile, ewumKrestu onenhliziyo enhle, ehlale ephatha kahle abangani bakhe. Nokho, uma sekuyisikhathi sabo sokuzuza, abangani bakhe abadala baphenduka izitha zakhe. Emva kokudlula kulesi sigemegeme, uXiaozhen waphoqeleka ukushiya inhliziyo yakhe yeqiniso nemigomo yakhe yasekuqaleni. Waqala walahla unembeza wakhe omuhle nomoya wakhe omuhle wabhuquza odakeni lomhlaba omubi. … Ngenkathi ewa emseni wahamba endleleni yokonakala, wanyathelwa yizwe wagcwala izibazi nemihuzuko. Wafika kwangqingetshe, esimweni sokudideka, eselahle lonke ithemba, ubizo lweqiniso lukaNkulunkulu uSomandla ekugcineni lwayivusa inhliziyo nomoya kaXiaozhen. …
Funa: IBandla likaNkulunkulu uSomandla
Bukela Amavidiyo: Unyazi LwaseMpumalanga
0 notes
South African Best gospel music 2018 “Kuyinjabulo Ukuba Umuntu Oqotho”
youtube
South African Best gospel music 2018 “Kuyinjabulo Ukuba Umuntu Oqotho” I Ukuqonda iqiniso kukhulula umoya womuntu kumenze ajabule. Iqiniso lelo! Ngigcwele ukuzethemba ezwini likaNkulunkulu futhi anginakho ukungabaza. Singaba kanjani nokungabaza? Anginakho ukuphika, angihlehli emuva, angiphelelwa yithemba. Buka! Ngiqhuba umsebenzi wami ngenhliziyo yami yonke nangengqondo futhi anginakho ukukhathazeka ngenyama. Angimubi, futhi! Noma izinga lami lokuphila liphansi, nginenhliziyo eqotho. Ngempela? Ngizibophezele ngokuphelele kuzo zonke izinto ukuze ngenelise intando kaNkulunkulu. (Yebo, lokho kulungile!) Ngiyalenza iqiniso, ngilalele uNkulunkulu, ngizame ukuba umuntu oqotho. Kwakuhle! Ngivulelekile futhi ngiqotho, anginankohliso, ngiphila ekukhanyeni. Kuhle kakhulu! Bantu abaqotho, wozani ngokushesha, sivulelane izinhliziyo. Nonke bantu enithanda uNkulunkulu, wozani nihlanganyele nathi njengabangani abahle. Owokuqala, Owesibili, Owesithathu, sonke singabangani beqiniso. Bonke abantu abathanda iqiniso bangabafowethu nodadewethu. (Umndeni!) Bantu abajabulile, wozani nihlabelele nidanse nidumise uNkulunkulu. Hlabelelani! Nidanse! Kuyinjabulo ukuba ngumuntu oqotho! Kuyinjabulo ukuba ngumuntu oqotho! Ukuba ngumuntu oqotho impela kuyajabulisa!
II (Umuntu obusisekile!) Ngigcwele ukuzethemba ezwini likaNkulunkulu futhi anginakho ukungabaza. Siyawuqonda umbono! (Kuhle kangaka ukuqonda iqiniso!) Ngiqhuba umsebenzi wami ngenhliziyo yami yonke nangengqondo futhi anginakho ukukhathazeka ngenyama. Siphila njengabantu! Noma izinga lami lokuphila liphansi, nginenhliziyo eqotho. Yebo, inhliziyo eqotho iyigugu! Ngizibophezele ngokuphelele kuzo zonke izinto ukuze ngenelise intando kaNkulunkulu. Ngabe lena akuyona indlela yokuhanjwa? (UNkulunkulu akafuni okuningi kithina.) Ngivulelekile futhi ngiqotho, anginankohliso, ngiphila ekukhanyeni. Nika inkazimulo kuNkulunkulu! Bantu abaqotho, wozani ngokushesha, sivulelane izinhliziyo. Akekho ozonda abantu abaqotho, angithi? Nonke bantu enithanda uNkulunkulu, wozani nihlanganyele nathi njengabangani abahle. Abantu abakhohlisayo bayanyanyisa! Ewu! Bonke abantu abathanda iqiniso bangabafowethu nodadewethu. Bantu abajabulile, wozani nihlabelele nidanse nidumise uNkulunkulu. Abantu abaqotho kuphela abanenjabulo yeqiniso. (Injabulo yeqiniso!) Bantu abaqotho, wozani ngokushesha, sivulelane izinhliziyo. Nonke bantu enithanda uNkulunkulu, wozani nihlanganyele nathi njengabangani abahle. Bonke abantu abathanda iqiniso bangabafowethu nodadewethu. Bantu abajabulile, wozani nihlabelele nidanse nidumise uNkulunkulu. Hlabelelani! Nidanse! III Bantu abaqotho, wozani ngokushesha, sivulelane izinhliziyo. Nonke bantu enithanda uNkulunkulu, wozani nihlanganyele nathi njengabangani abahle. Bonke abantu abathanda iqiniso bangabafowethu nodadewethu. Bantu abajabulile, wozani nihlabelele nidanse nidumise uNkulunkulu. Bantu abaqotho, wozani ngokushesha, sivulelane izinhliziyo. Nonke bantu enithanda uNkulunkulu, wozani nihlanganyele nathi njengabangani abahle. Bonke abantu abathanda iqiniso bangabafowethu nodadewethu. Bantu abajabulile, wozani nihlabelele nidanse nidumise uNkulunkulu. Bantu abaqotho, wozani ngokushesha, sivulelane izinhliziyo. Nonke bantu enithanda uNkulunkulu, wozani nihlanganyele nathi njengabangani abahle. Bonke abantu abathanda iqiniso bangabafowethu nodadewethu. Bantu abajabulile, wozani nihlabelele nidanse nidumise uNkulunkulu. Khetha kulokhu: Landela iWundlu Nihlabelele Izihlabelelo Ezintsha
Funa: IBandla likaNkulunkulu uSomandla
0 notes
Ibika Ledokhumentari ethi "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" Imibono Evezwayo Ngenhlekelele
youtube
Abantu abaningi bacabanga ukuthi isimiselo sabo sisezandleni zabo. Kodwa lapho kufika inhlekelele, konke esikuzwayo ukungabi namandla, uvalo, nokwesaba okukhulu, bese sizwa ukungabi yilutho kwesintu nobuthaka bokuphila…. Ngubani okuwuye yedwa oyinsindiso yethu? Idokhumentari yobuKristu enomculo—Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke—izokwembula impendulo maduze!
Funa: IBandla likaNkulunkulu uSomandla
Bukela Amavidiyo: Unyazi LwaseMpumalanga
0 notes
Gospel Songs “UNkulunkulu UnguMbusi Wohlelo Lokuphatha Lweminyaka Eyizinkulungwane Eziyisithupha”
youtube
Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu “UNkulunkulu UnguMbusi Wohlelo Lokuphatha Lweminyaka Eyizinkulungwane Eziyisithupha” I Umsebenzi kaNkulunkulu wenziwa nguNkulunkulu uqobo Lwakhe. Nguye oqala umsebenzi Wakhe, futhi Nguye owuphethayo. Nguye ohlela umsebenzi. Nguye owuphathayo, ngaphezu kwalokho afikise umsebenzi ekuphumeleleni. Kunjengoba kushiwo eBhayibhelini, “uNkulunkulu uyisiQalo nesiPhetho; uNkulunkulu unguMtshali futhi uphinde abe nguMvuni.” “UNkulunkulu uyisiQalo nesiPhetho; uNkulunkulu unguMtshali futhi uphinde abe nguMvuni, futhi uphinde abe nguMvuni.” Konke okuhlobene nomsebenzi wokuphatha Kwakhe kwenziwa yisandla Sakhe, kwenziwa yisandla Sakhe.
II UNkulunkulu unguMbusi wohlelo lokuphatha lweminyaka eyizi-6,000. Akekho noyedwa ongenza umsebenzi Wakhe esikhundleni Sakhe. Akekho noyedwa, akekho noyedwa ongafikisa umsebenzi Wakhe esiphethweni, ngoba ulawula konke. Ngoba wadala umhlaba, uyohola wonke umhlaba ukuba uphile ekukhanyeni Kwakhe, uphile ekukhanyeni Kwakhe. Ngoba wadala umhlaba, uyohola wonke umhlaba, uyohola wonke umhlaba ukuba uphile ekukhanyeni Kwakhe, futhi uyophetha yonke inkathi ukuze afikise lonke uhlelo Lwakhe ekuphumeleleni, afikise lonke uhlelo Lwakhe ekuphumeleleni!
Kwethi Izwi Livela Lisenyameni Yonke Inkazimulo Mayibe KuNkulunkulu uSomandla!
Funa: IBandla likaNkulunkulu uSomandla
Bukela Amavidiyo: Unyazi LwaseMpumalanga
0 notes
2018 South Africa best Gospel Music Video “Yiza Phambi KukaNkulunkulu Njalo”
youtube
2018 South Africa best Gospel  Music Video “Yiza Phambi KukaNkulunkulu Njalo”
Thatha ithuba lapho unesikhathi, hlala uthule phambi kukaNkulunkulu. Funda izwi Lakhe, yazi amaqiniso Akhe, lungisa iziphambeko ezikuwe. Izilingo ziyafika, bhekana nazo; yazi intando kaNkulunkulu futhi uzoba namandla. Mtshele ukuthi yiziphi izinto ozintulayo, khuluma iqiniso Lakhe njalo. Uyajabula umphefumulo wakho lapho ukhonza Yena. Yiza phambi kukaNkulunkulu njalo, ungabe usamnqaba. Ukunaka kwakho inyama, kuyamlimaza kakhulu. Funda izwi Lakhe, uqonde iqiniso Lakhe. Yiza phambi kukaNkulunkulu njalo. Yiza phambi kukaNkulunkulu njalo. Ngakho phila njengomuntu ongcwelisiwe! Akunandaba ukuthi yiluphi uvivinyo noma ukwahlulela okuzayo, sizosebenzela ukumjabulisa Yiza phambi kukaNkulunkulu njalo. Yiza phambi kukaNkulunkulu njalo bese uphila iqiniso Lakhe. Noma siphambuka, kumele sifune ukuthanda uNkulunkulu. Uma sisamthanda, nakanjani siyozuza ukunconywa Nguye. Kufanele sifune iqiniso futhi sinikeze ubufakazi Ngaye. Lo ngumsebenzi wethu okufanele siwenze. Uyajabula umphefumulo wakho lapho ukhonza Yena. Yiza phambi kukaNkulunkulu njalo, ungabe usamnqaba. Ukunake kwakho inyama, kuyamlimaza kakhulu. Funda izwi Lakhe, uqonde iqiniso Lakhe. Yiza phambi kukaNkulunkulu njalo. Yiza phambi kukaNkulunkulu njalo. Ngakho phila njengomuntu ongcwelisiwe! Akunandaba ukuthi yiluphi uvivinyo noma ukwahlulela okuzayo, sizosebenzela ukumjabulisa. Yiza phambi kukaNkulunkulu njalo. Yiza phambi kukaNkulunkulu njalo bese uphila iqiniso Lakhe. Ngakho phila njengomuntu ongcwelisiwe! Akunandaba ukuthi yiluphi uvivinyo noma ukwahlulela okuzayo, sizosebenzela ukumjabulisa. Yiza phambi kukaNkulunkulu njalo. Yiza phambi kukaNkulunkulu njalo bese uphila iqiniso Lakhe, bese uphila iqiniso Lakhe, bese uphila iqiniso Lakhe. Yiza phambi kukaNkulunkulu njalo bese uphila iqiniso Lakhe.
kwethi Landelani Iwundlu Nihlabelele Izihlabelelo Ezintsha
Funa: IBandla likaNkulunkulu uSomandla
Bukela Amavidiyo: Unyazi LwaseMpumalanga
0 notes
Ibika Ledokhumentari ethi "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" Ukuhlola Izimfihlakalo Zempilo
youtube
Umlotha Emlotheni, Uthuli Othulini.                             Akekho onganqoba ukugula nokufa. Akekho ongaguqula imithetho yokukhula nobuthakathaka. …                                     Siphilelani? Futhi kungani kufanele sife? Ubani ophethe lo mhlaba?
Funa: IBandla likaNkulunkulu uSomandla
0 notes
Ibika Ledokhumentari ethi "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" | Ukuhlola Umhlaba Kanye Nezulu
youtube
Esibhakabhakeni esibanzi esigcwele izinkanyezi, imihlaba iyangqubuzana, nochungechunge lwezigameko eziningi luzala imihlaba emisha…. Inqwaba yezinto zasezulwini ezisemkhathini zonke zisebenza ngokuzwana – ziqondiswa ngubani? Idokhumentari yobuKristu enomculo—Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke—izokwembula amaqiniso angempela maduze!
Unyazi LwaseMpumalanga, iBandla likaNkulunkulu uSomandla lasungulwa ngenxa yokuvela nomsebenzi kaNkulunkulu uSomandla, ukubuya kwesibili kweNkosi uJesu, uKristu wezinsuku zokugcina. Lakhiwe yibo bonke labo abawamukelayo umsebenzi kaNkulunkulu uSomandlaezinsukwini zokugcina futhi banqotshwa basindiswa ngamazwi Akhe. Lasungulwa ngokuphelele nguNkulunkulu uSomandla ngokwakhe futhi liholwa Nguye njengoMalusi. Nakanjani, alisungulwanga umuntu. UKristu uyiqiniso, indlela, nokuphila.Izimvu zikaNkulunkulu ziyalizwa iphimbo likaNkulunkulu. Uma nje uhlala ufunda amazwi kaNkulunkulu uSomandla, uzobona ukuba uNkulunkulu usevelile.
0 notes
Ibika Ledokhumentari ethi "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" | Ukuphakama Nokuwa Kwamazwe
youtube
Ngabe ukuphakama nokuwa kwezwe noma isizwe kungenxa yezenzo zomuntu? Ngabe kungumthetho wemvelo? Luhlobo luni lwemfihlakalo oluqukethwe? Ngempela ngubani olawula ukuphakama nokuwa kwezwe noma isizwe? Idokhumentari yobuKristu enomculo Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke izokwembula imfihlakalo masinyane!
Unyazi LwaseMpumalanga, iBandla likaNkulunkulu uSomandla lasungulwa ngenxa yokuvela nomsebenzi kaNkulunkulu uSomandla, ukubuya kwesibili kweNkosi uJesu, uKristu wezinsuku zokugcina. Lakhiwe yibo bonke labo abawamukelayo umsebenzi kaNkulunkulu uSomandlaezinsukwini zokugcina futhi banqotshwa basindiswa ngamazwi Akhe. Lasungulwa ngokuphelele nguNkulunkulu uSomandla ngokwakhe futhi liholwa Nguye njengoMalusi. Nakanjani, alisungulwanga umuntu. UKristu uyiqiniso, indlela, nokuphila.Izimvu zikaNkulunkulu ziyalizwa iphimbo likaNkulunkulu. Uma nje uhlala ufunda amazwi kaNkulunkulu uSomandla, uzobona ukuba uNkulunkulu usevelile.
Isitatimende esikhethekile: Ukukhiqizwa kwalevidiyo kwenziwe njengesiqephu esingangesi nzuzo seBandla likaNkulunkulu uSomandla. Abalingisi abavela kulomukhiqizo basebenza ngaphansi kohlelo lokungenisa inzuzo, kanti futhi abakhokhelwanga noma ingayiphi indlela. Le vidiyo akumele isakazelwe inzuzo kunoma iyiphi inhlangano yyesithathu, futhi siyathemba ukuthi wonke umuntu uzokwabela abanye ayisakaze ngokuvulelekile. Uma uyisakaza, sicela udalule umthombo wayo. Ngaphandle kwemvume yeBandla likaNkulunkulu uSomandla, akukho nhlangano, namaqembu omphakathi noma umuntu ongalimaza noma ashitshe okuqukethwe kule vidiyo.
0 notes