Tumgik
#kubf
abarero · 3 months
Text
Tumblr media
Pokemon trainer Nemu challenges you to a battle!
Nemu design by @kyrakyrakitty for my ongoing fanfic, Kamihama Ultra Beast Files. Check her and Touka out in the recent chapter’s adventure!
22 notes · View notes
dodgerlyfe · 1 year
Text
. Guthrie p oh ghjkbhutgi
Kubf ki I 8i I I 00opl k h
1 note · View note
miduhadi · 6 years
Text
Tumblr media
71 notes · View notes
ndim-loh · 7 years
Text
Abafana baseLamont bayagilana shem
Back when ngsase Tech there was this girl sasiqashe naye kwaD owayenza iCivil Engineering. Kwakunalomthetho wokuth amastudents akaCivil can not register for S4 bengakayenzi inservice Training. Usisi ke wayesebuya kuyo iinserve kodwa wayesanemilenze yaka S3. Wayesekhulile kunath ama1st year futhi ezazi. Ngeke ngimdlele umona, yena wayebukeka, ngingazi noma ngangibona ibala elikhanyayo yini kodwa wayeryt nje, futhi kuphileka naye.
NeBF yakhe sasiyazi sonke, sase sazi ngisho ama numberplates emoto kaBF negekhanda the way ayexoxa ngaye ,
USisi abe nebirthday, abuye kuBF esene Samsung D500. Back then yayidlisa shem. Simbongele ke nathi ngoba sasifonelwa kuland line yama students, babembalwa abanama4n. Cishe sonke sasiyifisa nje impilo yakhe.
Kushuthi uBf wamupha nemali, kuthi phakathi neviki aye eTown eyothenga izinto eyncane. Abuye umuntu usesbuza ngokuDownloada uMxit wara wara. Abakwaziyo ke bamsize. From lapho usehlale eyinto ephethe i4n, she's smiling into engapheli. Kodwa phela nokuba ne4n kuyabiza, amaAirtime nalamaCredits akomxit ayengashibhile for a student.Lapho sihalelani ukuba wuye. Inkinga ukuthi wayengaxoxi kakhulu so we never knew much ngezinto ezingasile ngaye.
Kushuthi when eye eTown wahlangana nesisheli yiso lesi esase simubambe ngoMxit. Akasho kithi. Thina sazi ubhut bae lo owathenga i4n.
Kshuthi ubhuti lo omusha was her old school mate, ubhuti bamuva kubo bayohlala eLamonti, akaphindanga wambona. Sebeze bahlangana manje koWest street. Lapho ubhuti usemuhle ngenye indlela, inhliziyo ivele ibhakuze ngamandla kusisi athatheke. And iskath sesi side, bagcinana, ubhuti uzisebenzela kahle ema office athize nosisi uzibuyela ku inserve, usezoqeda eTech. Enqondweni kasisi bayafanelana. Kodwa yonke lento akaxoxi kithi.
Ba arrange ukuphinda babonane lobhuti waseLamonti. Kube iSat ethize nangu sistaz uhambe eboleka imali yokuya eTown kube khona ombolekayo.
Nathi asizibuzi ukuth uzobuya ngani ngoba sicabanga ukuth uyobona umuntu wakhe lo ohlale embuyisa ngemoto.
Ahambeke ayoba nomuntu wakhe usisi. Kube oHug, hmmm unuka kamnandi noBae omusha, bahambe beyodla uIcecream eWorkshop. Kube mnandi. Athi ubhuti abayobuka imovie, mabefika phezulu asikashayi iskhathi semovie elandelayo. Ubhuti ulokhu ebhizi nefone yakhe kunokungena amacalls. Naye uyafona kaningi. Bese athi ubhuti kunomnganakhe ozoletha imoto yakhe eParking yase workshop amlindile.
'Haybo nalo unemoto', usejabule usisi.
Besathi ubhuti abaye ePick n Pay ngoba besalinde imovie nemoto, ngoba makhuphela imovie kungenzeka bangasastholi iskhathi sokuthenga kahle.
Usisi athathe, ubhaskidi, abone ubhuti eza nenqola enkulu, athi sthandwa sam thatha yonke into oyidingayo. Ngiyazi impilo yasemqashweni injani.
Athi ngibonwa yini usisi, atape atape. Zonke iynhlobo zama cerial ahlale ezifisa; amafish finger, cheese, polony, russians, amaburger, amanoodles (sasingakawajwayeli ke), bomaSimba chips, ochocolate, o100%juice. Watapa usisi. Athi ubhuti thenga negrosa yasendlini ephekwayo khona ungezukuthenga kakhulu next month.
Ashone khona usisi, athathe oTastic; oLuckyStar, Koo baked beans, baye emafrijini, athathe oMcCain Veg, StirFry, ice cream, nayi nenyama. Athi esabhizi namaBraai pack livele liphele ibat3 le phone kabhuti.
Sebezofonelana kanjani nomuntu wemoto. Ubhut wase lamonti acele ukufaka his Sim card e4nini kasisi. Nangempela usisi akanankinga akhiphe simcard yakhe, afake ekabhuti usejahe ukulayisha amabraaipack . Nani niyazike ibraaipack awumane uthathe ephezulu uyayikhetha, uthathe le enamapiece ahambisana nawe.
Mayesethi uphakamisa ikhanda bezodlulela kokunye, lapho usacabanga i60 yamaqanda, athalaze akasekho ubhuti. Maybe uye kocosha ezinye izinto ngaphakathi. Ayidushe inqola ephuphuma ukudla uhambe uyaqalaza. Emva kwesikhathi eside, ephushana nenqola emsindayo abone ukuth cha ijampile. And uhambe ne4n yakhe. Akanayo nemali yokugibela let alone eyokukhokhela lo omboleke eyokuza.
Avele aphumele ngaphandle eyoma khona. Kuntambama, abantu bayaphithizela.
Usalokhu uyaqalaza, lutho ubhuti. Zehle iynyembezi. Uzothini, kubani ngoba akekho omnakile.
Thina sabona ngomuntu esebuya ebomvu ecobekile, naqhoks ahambe ewagqokile wayesewapheth ngezandla. Ingane yabantu yafike yalala yaze yasixoxela ngakusasa ukuthi kwenzekeni. Nakhona usixoxela ngoba kumele simfakazele kuBF ukuth kungene iygebengu emqashweni (Which was common) zasphuca amafone.
The End
0 notes
abarero · 6 months
Text
Tumblr media
Winchester Foundation Agent Mikoto challenges you to a battle!
Mikoto design by @kyrakyrakitty for my ongoing fanfic: Kamihama Ultra Beast Files as part of @magireco-minibang! We meet Mikoto in Chapter 1.2 which releases Friday!
34 notes · View notes
abarero · 6 months
Text
Tumblr media
Pokémon Ranger Momoko is ready to help!
Momoko design by @kyrakyrakitty for my ongoing fanfic, Kamihama Ultra Beast Files! If you’re ready to see this Ranger in action, check out the upcoming chapter which releases tonight!
28 notes · View notes
abarero · 5 months
Text
Tumblr media
Pokemon Trainer Sana is ready to battle!
Sana design by @kyrakyrakitty for my ongoing fanfic, Kamihama Ultra Beast Files. We meet Sana in tonight’s chapter so check it out!
23 notes · View notes
abarero · 6 months
Text
Tumblr media
Pokémon Trainer Iroha is ready for battle!
Iroha design by @kyrakyrakitty for my upcoming fanfic: Kamihama Ultra Beast Files for @magireco-minibang
23 notes · View notes
abarero · 5 months
Text
Tumblr media
Veteran Trainer Yachiyo challenges you to a battle!
Yachiyo design by @kyrakyrakitty for my ongoing fanfic, Kamihama Ultra Beast Files. If you’re curious about Yachiyo’s past, make sure to check out the next chapter that releases tomorrow!
20 notes · View notes
abarero · 6 months
Text
Tumblr media Tumblr media Tumblr media Tumblr media Tumblr media
Are you ready to explore the Kamihama Region?
Coming Monday April 1st, is Kamihama Ultra Beast Files, my Magia Record Pokemon AU. So here’s a little brochure on the region!
Make sure to click the Map to see it full size! Where are you most excited to visit?
17 notes · View notes
abarero · 3 months
Text
Tumblr media
Pokemon Trainer Touka challenges you to a battle!
Touka design by @kyrakyrakitty for my ongoing fanfic, Kamihama Ultra Beast Files. Check out what Touka’s up to in the chapter releasing tonight!
11 notes · View notes
abarero · 5 months
Text
Tumblr media
Ace Trainer Tsuruno is all fired up and ready to battle!
Tsuruno design by @kyrakyrakitty for my ongoing fanfic, Kamihama Ultra Beast Files. The adventure continues tonight when the next chapter releases!
13 notes · View notes
abarero · 5 months
Text
Tumblr media
Um…Winchester Foundation Agent Mitsune challenges you to a battle! lol
Mitsune design by the amazing @kyrakyrakitty for my ongoing fanfic, Kamihama Ultra Beast Files. Check out Mitsune in the more recent chapters!
15 notes · View notes
abarero · 5 months
Text
Tumblr media
Winchester Foundation Agent Jun challenges you to a battle!
Jun design by @kyrakyrakitty for my ongoing fanfic, Kamihama Ultra Beast Files! Check her out in the more recent chapters!
17 notes · View notes
abarero · 5 months
Text
Tumblr media
Pokemon Trainer Felicia is ready to battle!
Felicia design by @kyrakyrakitty for my ongoing fanfic, Kamihama Ultra Beast Files. Check her out in the more recent chapters!
12 notes · View notes
abarero · 5 months
Text
Tumblr media Tumblr media Tumblr media
Dunsparce: the Cryptid
(From my ongoing Magia Record Pokemon AU: Kamihama Ultra Beast Files. Discover Dunsparce in tomorrow’s chapter!)
19 notes · View notes