Tumgik
#mkristu
Text
Ekukholweni Kwakho KuNkulunkulu Kumele Ulalele UNkulunkulu
Tumblr media
Ekukholweni Kwakho KuNkulunkulu Kumele Ulalele UNkulunkulu
Kungani ukholwa kuNkulunkulu? Abantu abaningi bayabaxakwa yilo mbuzo. Banemibono emibili eyehlukene ngoNkulunkulu ongokoqobo kanye noNkulunkulu osezulwini, okukhombisa ukuthi bakholwa kuNkulunkulu bengaqonde kulalela, kodwa ukuthola izinzuzo ezithile, noma befuna ukubalekela ukwehlelwa yinhlekelele. Kungaleso sikhathi lapho bemlalela khona, kodwa ukumlalela kwabo kunemibandela, kungenxa yokuphumelelisa bona uqobo, futhi kuphoqiwe kubo. Ngakho-ke: kungani ukholwe kuNkulunkulu? Uma kungukuthi kungenxa yokubhekiwe, nesiphetho sakho, kungcono-ke ungakholwa. Ukukholwa ngale ndlela kungukuzikhohlisa, ukuzanelisa, futhi kungukuzazisa. Uma ukukholwa kwakho kungakhelwe phezu kwesisekelo sokulalela uNkulunkulu, uyojeza ekugcineni ngenxa yokuphikisa uNkulunkulu. Bonke labo abangafuni ukulalela uNkulunkulu ekukholweni kwabo, baphikisa uNkulunkulu. UNkulunkulu uyacela ukuba abantu balifune iqiniso, bomele amazwi kaNkulunkulu, baphinde badle futhi baphuze amazwi kaNkulunkulu, nokuthi bawenze ukuze bazuze ukumlalela uNkulunkulu. Uma kungukuthi ukugqugquzeleka kokholo lwakho kunje, noma kanjani uNkulunkulu uzokuphakamisa, akwenzele umusa. Akekho umuntu ongakungabaza lokhu, futhi akekho ongakuguqula. Uma ukugqugquzeleka kwakho kungekhona okokulalela uNkulunkulu, futhi unezinye izinhloso, konke-ke okushoyo nokwenzayo – imithandazo yakho phambi kukaNkulunkulu, kanye nazo zonke izenzo zakho – zizobe ziphikisa uNkulunkulu. Ungaba ngumuntu okhulumela phansi nonomoya ozothile, zonke izenzo zakho nokukhuluma kungabukeka kulungile, ungabonakala uyilowo olalelayo, kodwa uma kuza ekukhuthazekeleni kwakho nasemibonweni yakho ngokukholwa kuNkulunkulu, konke okwenzayo kuphikisana noNkulunkulu, futhi kubi. Abantu ababonakala belalela njengezimvu bezithobile, kodwa izinhliziyo zabo zinezinhloso ezingezinhle, bayizimpisi ezigqoke izikhumba zezimvu; bamedelela ngokusobala uNkulunkulu; ngakho ngeke asindise ngisho oyedwa kubona. UMoya oNgcwele uyobembula bonke labo, ukuze babonwe ukuthi bangabazenzisi ngakho bazokwenyanywa futhi balahlwe nguMoya oNgcwele. Ungakhathazeki: uNkulunkulu uzobebhekana futhi abalungise ngamunye ngamunye.
Uma ungakwazi ukwamukela ukukhanya okusha kukaNkulunkulu, futhi ungaqondi konke lokho akwenzayo namuhla, futhi ungakufuni, noma kungukuthi uyakungabaza, uyakwahlulela, noma uyakucubungula futhi uyakuhlaziya, ngakho-ke awunanjongo yokuba ulalele uNkulunkulu. Ukuba lapho kuvela ukukhanya kwalapha namanje, usazisa ukukhanya kwayizolo futhi uphikisa umsebenzi omusha kaNkulunkulu, uyoba yinhlekisa kakhulu, uyilabo abaphikisa uNkulunkulu ngamabomu. Okubalulekile ekulaleleni uNkulunkulu ukwazisa ukukhanya Kwakhe okusha, nokukwazi ukukwamukela nokukusebenzisa. Yilokhu kuphela okungukumlalela ngeqiniso. Labo abangazimisele ukomela uNkulunkulu abakwazi ukuba nomqondo wokulalela uNkulunkulu; futhi bangaphikisa uNkulunkulu ngenxa yokwaneliswa yisimo sempilo abakuyo ngaleso sikhathi. Ukungakwazi ukulalela uNkulunkulu kungenxa yokuba usagajwe yizinto zakudala. Izinto zakudala zinike abantu zonke izinhlobo zemicabango nezinkohliso mayelana noNkulunkulu esezibe yisithombe sikaNkulunkulu emiqondweni yabo. Ngaleyo abakukholwayo yimicabango yabo, nezilinganiso ezisemiqondweni yabo kuphela. Uma ulinganisa uNkulunkulu owenza umsebenzi namuhla noNkulunkulu osemqondweni wakho, ukukholwa kwakho-ke kuvela kuSathane, futhi ungowokuzikhethela kwakho – akakufuni-ke uNkulunkulu ukukholwa okunjalo. Kungakhathaleki ukuba nezinto eziphakeme, futhi kungakhathaleki ukuzinikela kakhulu kwabo – noma ngabe impilo yakho yonke uyinikele emsebenzini Wakhe, waze wamfela – uNkulunkulu akamamukeli muntu onokholo olunjengalolu. Ubakhombisa nje umusa omncane bese ebavumela ukuba bawuthokozele isikhashana. Abantu abayilolu hlobo abakwazi ukwenza iqiniso, uMoya oNgcwele akasebenzi phakathi kubo, noNkulunkulu uzobachitha ngamunye ngamunye. Akunandaba ukuthi bakhulile noma basebasha, labo abangamlaleli uNkulunkulu ekukholweni kwabo begqugquzelwa ngokubi, yilabo abaphikisayo nabaphazamisayo futhi labo ngokungangabazi uNkulunkulu uyakubalahla. Labo abangamlaleli nhlobo uNkulunkulu, abavuma nje igama Lakhe kuphela, abanolwazana ngobuhle nokuthandeka kukaNkulunkulu kodwa abengahambisani nezinyathelo zikaMoya oNgcwele, futhi abangalaleli umsebenzi namazwi amanje kaMoya oNgcwele – labo baphila phakathi komusa kaNkulunkulu, futhi abayikuzuzwa bapheleliswe nguNkulunkulu. UNkulunkulu uphelelisa abantu ngokulalela kwabo, ekudleni, ekuphuzeni, kanye nasekuthakaseleleni amazwi kaNkulunkulu, nasenhluphekweni nasekwehlelweni ukucwengwa ezimpilweni zabo. Kusekukholweni okunjalo kuphela lapho izimo zabantu zikwazi khona ukuguquka, kulapho kuphela bethola khona ulwazi lwangempela ngoNkulunkulu. Ukungeneliswa ukuphila emuseni kaNkulunkulu, ngokuzimisela bomele iqiniso, nokufuna iqiniso, nokufisa ukuzuzwa nguNkulunkulu – yilokhu impela okuchaza ukulalela uNkulunkulu; yilolu ncamashi uhlobo lokukholwa alufunayo uNkulunkulu. Abantu abangenzi okunye ngaphandle kokugcina ngokuhlala emseni kaNkulunkulu kuphela abanakupheleliswa, noma abanakuguqulwa, futhi ukulalela kwabo, ukulunga kanye nothando nokubekezela, konke kulula. Labo abathokozela ukuphila ngomusa kaNkulunkulu kuphela abasoze bamazi ngokweqiniso uNkulunkulu, futhi noma sebemazi uNkulunkulu, ulwazi lwabo lulula; basho izinto ezifana nokuthi uNkulunkulu uyamthanda umuntu, noma ukuthi unomusa omkhulu kumuntu. Lokhu akuvezi impilo yomuntu, akukhombisi futhi lokho ukuthi abantu bamazi ngokweqiniso uNkulunkulu. Uma, ngenkathi amazwi kaNkulunkulu ebalungisa, noma ngenkathi ukuvivinya kubehlela, abantu abakwazi ukulalela uNkulunkulu — uma kungukuthi baba nokungabaza, baze bawe – ngakho-ke abekho nakancane ekulaleleni. Kubona, kunemithetho nemigomo eminingi mayelana nokukholwa kuNkulunkulu, abadlule kukho okudala okuyimiphumela yeminyaka eminingi yokukholwa, noma yizimfundiso eziningi esuselwe eBhayibhelini. Kungabe abantu abanje bangamlalela uNkulunkulu? Laba bantu bagcwele izinto zabantu — bangamlalela kanjani uNkulunkulu? Bonke balalela ngokwezindlela zabo – kungenzeka uNkulunkulu afise ukulalela okanjalo? Lokhu akukhona ukulalela uNkulunkulu, kodwa ngukulandela imibhalo nje, ukuzanelisa kanye nokuziduduza. Uma uthi yikho ukulalela uNkulunkulu lokho, akukhona ukuthi uyamhlambalaza? UnguFaro waseGibhithe, wenza ububi, futhi ngokucacile uzifaka emsebenzi ophikisa uNkulunkulu – ingabe uNkulunkulu ufuna ukuziphatha okunjalo? Kungaba ngcono uphuthume uphenduke futhi uhlale uqwashile. Uma kungenjalo, kungcono uvele ugoduke: kuzoba ngcono lokho kuwe kunokusebenzela kwakho uNkulunkulu, ngeke uthikameze noma uphazamise, uyoyazi indawo yakho, uhlale kahle – lokho ngeke kube ngcono? Ngaleyo ndlela uzogwema ukuphikisa noNkulunkulu nokujeziswa!
0 notes
boasnoticias · 6 years
Photo
Tumblr media
https://zu.kingdomsalvation.org
0 notes
sariaisrael · 4 years
Text
Giroud yuko tayari kwa shangwe za ubingwa FA
Giroud yuko tayari kwa shangwe za ubingwa FA
LICHA ya kuwa na msimu mgumu katika kazi yake, Olivier Giroud hakukata tamaa. Kwa miezi sita akiwa Chelsea chini ya kocha Frank Lampard, mshambuliaji huyo mkongwe alipata nafasi ya kuanza mechi mbili za Ligi Kuu. Kati ya Desemba 1 hadi Februari 16, hakucheza mechi yoyote. Alikalia benchi.
Giroud ni mkristu. Hakulazimisha kurejeshwa uwanjani haraka, lakini ametumia imani yake kuomba na kuwa…
View On WordPress
0 notes
ommarizo-blog · 7 years
Photo
Tumblr media
UTAMBULISHO WA QURAN KWAMBA NI MANENO YA MUNGU:- Fussilat 41:53 سَنُرِيهِمْ ءَايَٰتِنَا فِى ٱلْءَافَاقِ وَفِىٓ أَنفُسِهِمْ حَتَّىٰ يَتَبَيَّنَ لَهُمْ أَنَّهُ ٱلْحَقُّۗ أَوَلَمْ يَكْفِ بِرَبِّكَ أَنَّهُۥ عَلَىٰ كُلِّ شَىْءٍ شَهِيدٌ Tutawaonyesha Ishara zetu katika upeo wa mbali na katika nafsi zao wenyewe mpaka iwabainikie kwamba haya ni kweli. Je! Haikutoshi kwamba Mola wako Mlezi kuwa Yeye ni Shahidi wa kila kitu? Kila mkristu na myahudi anapaswa kuchunguza kwa makini Madai haya quran wakati inaposhuhudia kwamba Mungu yule yule aliyemfunuliia nabii Musa A.s taurati ndiye yule yule aliyemfunulia nabii Daudi zabuli na ndiye Aliyemfunulia nabii Isa au yesu injili na ndiyo yule yule aliyemfunulia nabii Muhammad s.a.w Quran Quran hii inaendelea kufanya ushuhuda,kikubwa muhimu kuhusu tatizo LA kutofautiana kwetu kwa wakristu na wayahudi na imeshuhudia kutoa Maelezo ya kutatua tofauti hizo hasa katika suala LA umasihi An-Naml 27:76 إِنَّ هَٰذَا ٱلْقُرْءَانَ يَقُصُّ عَلَىٰ بَنِىٓ إِسْرَٰٓءِيلَ أَكْثَرَ ٱلَّذِى هُمْ فِيهِ يَخْتَلِفُونَ Hakika Qur'ani hii inawasimulia Wana wa Israili mengi wanayo khitalifiana nayo. -Quran ndiyo suluhisho la matatizo ya binaadamu.. Majibu yote ya maswali uliyokuwa nayo yanapatikana
0 notes
get-new-life-blog1 · 6 years
Text
Ukubona Ngokucacile Ubunjalo Bami
Ukubona Ngokucacile Ubunjalo Bami
UXiaoxiao  Edolobheni laseXuzhou, Esifundazweni iJiangsu
    Ngenxa yezidingo zomsebenzi webandla, ngasuswa ngayiswa kwenye indawo ukuphelelisa umsebenzi wami. Ngaleso sikhathi, umsebenzi wevangeli kuleyo ndawo wawusezingeni eliphansi, nesimo sabafowethu nodadewethu sasingalungile neze. Kodwa ngenxa yokuthi ngathintwa uMoya oNgcwele, ngathatha yonke into engathwesa yona ngokuzethemba okukhulu. (…
View On WordPress
0 notes
Photo
Tumblr media Tumblr media Tumblr media
Christians insist on worshipping God in the context of the CCP’s persecution!
0 notes